Ezemidlalo

UTau uzobhekana nezingqungqulu kuChampions League

IZOLO kusihlwa amehlo abathathandi
bazikanobhutshuzwayo abethe njo eMonaco, eFrance lapho kade kuqhathwa khona
amaqembu angama-32 azoba yingxenye yomqhudelwano omkhulu emhlabeni i-UEFA
Champions League yesizini yangowezi-2019/20. Iqembu ebelibhekwe kakhulu
eNingizimu Africa kulawa angama-32 iClub Brugge yaseBelgium, okwenze libhekwe
kakhulu  ingoma ligijinyelwa umdlali wakuleli uPercy Tau.

Show More

Leave a Reply

Olunye udaba

Close