Usizi lwezinkantolo eMpangeni

0

Umphakathi ukhathazekile ngokungasebenzi kwezinkantolo ezithetha amacala aphathelene nokuhlukunyezwa kwabesifazane

Ngesikhathi izinga lokubulwa, ukunukubezwa nokuhlukunyezwa kwabesifazane nezingane lidlangile ezweni, ezobulungiswa KwaZulu-Natal zidlala ngempilo yomphakathi waseMpangeni namaphethelo. Lokhu kungemuva kokuvela kwezindaba ezishaqisayo zokuthi iNkantolo yakule ndawo okuyiyona yodwa ebhekelele ukuqula amacala alolu hlobo futhi enazo zonke izinsiza ukuthi ilenga ingidi ngenxa yobudedengu beziphathimandla zezobulungiswa zakulesi sifundazwe…

[toggle title=”Loludaba lubekelwe ababhalisile ukuthola izindaba njalo. Ukubhalisela ukuthola izindaba njalo kukusiza ukuthi uthole uhlale uthola ingqikithi ngezihamba phambili” state=”open”]BHALISA [/toggle]