Kuzosiphuka izidindi kwesikaMaminzela

0

Abaqeqeshi bagcwele ukuzethemba futhi bakholwa ngukuthi abafikanga kulesi sigaba ngephutha, kubhala uSabelo Maphumulo.

Wafa wafa!” Lesi yisiqubulo somqhudelwano ongaphansi kwePremier Soccer League (PSL), iMTN 8. Lokhu kusho ukuthi umdlalo nomdlalo kusuke kuguga utshani. Lo mqhudelwano odlalwa amaqembu ayisi-8 asuke eqede ephezulu kulogi, uyasongwa kule mpelasonto. Emdlalweni wamanqamu ozoba kusasa kuzotholana phezulu iSupersport United neHighlands Park. Lo mdlalo wala maqembu uzobanjelwa e-Orlando Stadium libumbene elesi-6 kusihlwa…

Loludaba lubekelwe ababhalisile ukuthola izindaba njalo. Ukubhalisela ukuthola izindaba njalo kukusiza ukuthi uthole uhlale uthola ingqikithi ngezihamba phambili