Ezemidlalo

AmaJalimane azimisele ukubhuquzisa amaDashi

YIZE ingaphezulu kwengama-30 imidlalo ezobe ikhona

UVirgil Van Dijk

YIZE ingaphezulu kwengama-30 imidlalo ezobe ikhona yamazwe njengoba kuyimpelasonto yeFederation International Football Association (FIFA), kodwa umdlalo ozobe ubhekwe ngabomvu izinkumbi zabalandeli bakanobhutshuzwayo ophakathi kweGermany neNerthelands. La mazwe atholana nje azobe elwela ukungenela umqhudelwano ozoba ngowezi-2020, i-UEFA Euro. Lo mqhudelwano owasungulwa ngowe-1958 udlalwa ngamazwe angama-24 ezwekazi i-Europe.

[toggle title=”Loludaba Lubekelwe Ababhalisele Ukuthola Izindaba Njalo Ukubhalisela ukuthola izindaba njalo kukusiza ukuthi uthole uhlale uthola ingqikithi ngezihamba phambili” state=”open”][button color=”red” size=”medium” link=”https://www.pressreader.com/south-africa/bayede/” icon=”” target=”false” nofollow=”false”]BHALISA[/button][/toggle]