ImbizaKuleli sonto kwelaboHlanga

UTu Nokwe akapheli moya endimeni yezobuciko

nguDEZ KHUMALO

KULABO abasebezilandela ezobuciko bezeshashalazi nomculo eThekwini ngesikhathi sobandlululo bamkhumbula kahle uTu Nokwe. Ungumlingisi, umculi, umqambi wezingoma, umdlali wesiginci nothisha. Waqala ukufundisa abantwana basemalokishini esebenzisa isikhungo sakubo Amajika Youth and Children’s Art Project ngaphambi kokuthi athole ithuba lokuyofunda eManhattan School of Music. Ekubuyeni kwakhe wethula i-albhamu yakhe yokuqala ‘Inyakanyaka’ ngowe-1996. Unothando lokusiza intsha okuyilona olumnikeza ugqozi …
To access this content, you must purchase 12 Months Subscription, 6 Months Subscription or 3 Months Subscription, or log in if you are a member.
Show More

Ezinye izindaba

Olunye udaba

Close
Close