IpolitikiKuleli sonto kwelaboHlanga

Ujike umqondo ngomzuzu wokugcina wayovota

nguNGQESHE BUTHELEZI

UKUSA kwangoLwesithathu kubonwe uMnu uNhlanhla Dlamini waseMgungundlovu kodwa ozinze eHillcrest ngenxa yokusondezela amatoho eyovota esikhungweni sendawo ngoba ethi usenethemba lempilo engcono. UDlamini ongumsizi esikoleni esixube izinhlanga kule ndawo uthi ngaphambi kosuku langoLwesithathu ubemanqika ngokuyovota, kodwa konke kwaguquka ngomzuzu wokugcina ngesikhathi ebona umyalezo kaMengameli wezwe uCyril Ramaphosa kuthelevishini abewethula esizweni ngokwesikhundla sakhe echaza ngokubaluleka kokuvota “Ngiqale …
To access this content, you must purchase 12 Months Subscription, 6 Months Subscription or 3 Months Subscription, or log in if you are a member.
Show More

Ezinye izindaba

Olunye udaba

Close
Close