Lufundwa kanjani lolu hlobo-nyazi lweBayede

Uhlobo-nyazi lufana ncamashi nephephandaba elibhaliwe, oluza kuwena ngombikonyazi. Uma ngabe ukhokhela nyanga zonke iBayede ukwazi ukuthola uhlobo-nyazi lwayo, ungasebenzisa uphawu olufanayo lwemininingwane ukulufunda.

 

3 Months
R120
Subscribe to Bayede Digital Editions
Access to Premium Content
Get the Weekly Bayede Newspaper for 3 Months
Access to Our Archive of Past Publications
Subscribe Now
12 Months
R480
Subscribe to Bayede Digital Editions
Access to Premium Content
Get the Weekly Bayede Newspaper for 12 Months
Access to Our Archive of Past Publications
Subscribe Now

Isinyathelo 1

Thola ikhophi yakho yeBayede News, qhafaza ku e-edtions bese uhlwaya ushicilelo olufunayo. Uma usulutholile olufunayo, vele uqhafaze ku ‘Thenga’ ukuze ufake ushicilelo enqoleni yakho. Phinda lesi sinyathelo uma ufuna ukukhetha (olunye) ushicilelo.

Isinyathelo 2

Uma usuwanelisekile ngokukhetha, qhafaza inkomba kabhasikidi ezokuthatha ikuse enqoleni yokuthenga. Lapha uphinda ubheke okukubhasikidi bese uqedela i-oda lakho ngokuqhafaza u ‘process to checkout’.

Isinyathelo 3

Usuzoqeda! Manje gcwalisa imininingwane yakho, lokhu kuzosinika ikheli lapho sithumela khona bese sikwenzela i-akhawunti esizindeni sethu. Uma usuqedile ukugcwalisa ifomu, sicela uqhafaze u ‘Pay with Paypal’

Isinyathelo 4

Manje isizinda sizokusa ekhasini lakwaPaypal lokukhokha ngokuvikelekile. Sicela ufake imininingwane yekhadi lasebhange ulandeleolayelwa khona ukuqedela ukuthenga. Uma usuqedile, ikhasi lizokubuyisela esizindeni seByede News.

Isinyathelo 5

Masinyane uzothola i-imeyli ezithumelayo evela kithina enelinki yokudanulowuda. Uma uthanda, ngena esizindeni bese usebenzisa ilinki u ‘My Account’ ohlwini ukuthola okudanulowudayo.

Close