IpolitikiKuleli sonto kwelaboHlanga

Kuvotwe nemfucuza kube kungenamanzi

nguNGQESHE BUTHELEZI

E MASONTWENI amabili edlule abantu abakhele uMasipala iTheku bazithole bengenawo amanzi okugcine kuphoqa nokuthi ezinye izikole zivalwe nempilo yanzima emakhaya. Kuthe besakhungathwe yilokho kwalandela ukungalandwa kwemfucuza emakhaya, enye yasaphazwa ezitaladini enkabeni yedolobha. Lokhu bekwenzeka nje, leli dolobha nezingxenye zesifundazwe bekugubuzelwe iziteleka zomphakathi ezimayelana nokungeneliseki ngokuthunyelwa kwezidingo. Okwesiteleka sabasebenzi bakaMasipala ebesimayelana nokungeneliseki ngohlelo olulandeliwe kwenyuselwa amaholo …
To access this content, you must purchase 12 Months Subscription, 6 Months Subscription or 3 Months Subscription, or log in if you are a member.
Show More

Ezinye izindaba

Olunye udaba

Close
Close