EzemidlaloKuleli sonto kwelaboHlanga

Awukangeni ngokwanele owegalofu

nguZAKHELE NYUSWA

NJENGOBA iNingizimu Afrika isihlanganise iminyaka engamashumi amabili nanhlanu yakhululeka, bekulindeleke ukuthi kubonakale amagxathu amakhulu athathwe abengabadi kwezemidlalo ezifana negalofu, kodwa akunjalo. Umdlalo wegalofu uthandwa kakhulu abengabadi kodwa kubonakala kugqoza kakhulu ukuthuthuka kwabo ezingeni elikhokhelwayo. UNgqongqoshe Wezemidlalo, ngoMandulo ngowe-1975 wamemezela ukususwa kwemingcele yebala emdlalweni okhokhelwayo wegalofu. Abengabadi bagcwele kakhulu ezingeni lezimfundamakhwela. Ukuze ungene futhi uphumelele ezingeni …
To access this content, you must purchase 12 Months Subscription, 6 Months Subscription or 3 Months Subscription, or log in if you are a member.
Show More

Ezinye izindaba

Close