IpolitikiKuleli sonto kwelaboHlanga

Amaqembu amancane abezibambe zaqina

nguMFO WAKWANOMAJALIMANE

I NKULUMO yokuthi kukhona amaqembu amancane namakhulu ayamukeleki kwabanye ikakhulu labo okusuke kuthiwa mancane. Kubo leli gama libukeka libacwasa futhi libaphuca amanye amalungelo atholwa yilawa okuthiwa makhulu. Elinye lamalungelo yilelo lesikhathi sokukhuluma emsakazweni nakumathelevishini lapha bakhahla ngokuthi isikhathi esiningi sinikwa amaqembu amakhulu okuyi-African National Congress (ANC), iDemocratic Alliance (DA) kanye ne-Economic Freedom Fighters (EFF). Lokhu …
To access this content, you must purchase 12 Months Subscription, 6 Months Subscription or 3 Months Subscription, or log in if you are a member.
Show More

Ezinye izindaba

Close